BUKA: Kusabalale i-video kaBongani Zungu enqunu

2016-07-05 12:32

Johannesburg – Kuvungame izinkundla zokuxhumana kulandela ukuzungeza kwe-video etshengisa lowo obengumdlali weMamelodi Sundowns, uBongani Zungu, enqunu.

Le video ibonakale kuSnapchat kaZungu, yase isatshalaliswa abalandeli bakhe ezinkundleni zokuxhumana.

Kule video, uZungu, ubonakale emile phansi kwesisefo sokugeza enqunu, ezithinta isitho sangasese aphinde akhiphele ulimi ngaphandle.

Abaningi basola ukuthi uZungu uyifake ngephutha le video enkundleni yezokuxhumana, bethi "akufani neze naye" lokhu.

Buka nansi i-video ngezansi:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.