BUKA: Kushaqeke abaningi ngale-video yokudutshulwa kukasomatekisi

2018-03-08 09:31

eThekwini - Izingeza ezinkundleni zokuxhumana i-video ebonisa owesilisa ehlasela ngenhlamvu usomatekisi esitolo emini libalele.

Yize kungacacile kahle ukuthi lesi sigameko senzeke nini, kodwa senzeke esitolo esidayisa amathuluzi ezimoto emgwaqeni uJeppe eGoli.

Lo somatekisi ubonakala emi eduze kwamanye amadoda amabili kungathi uyathenga ngesikhathi kuqhamuka umsolwa emuva kwakhe.

OLUNYE UDABA:Ubulale umkakhe wafaka isidumbu sakhe emgodini wethoyilethi

Lo msolwa ubonakala edonsa isibhamu wasakaza ubuchopho bukasomatekisi, ngesikhathi elele phansi, umsolwa uyaqhubeka nokudubula kabili ngaphambi kokubuyisela isibhamu ebhulukweni waphuma esitolo wazihambela sengathi akwenzakalanga lutho.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.