BUKA: Kuxoshwa uNdlozi noShivambu ePhalamende

2018-03-07 19:30

Cape Town - Amalungu e-EFF ePhalamende, uMbuyiseni Ndlozi noFloyd Shivambu kuphoqeleke ukuba bakhishwe ePhalamende ngemuva kokunqaba ukuhoxisa amazwi abo ngemuva kokuthi uNgoqngqoshe woMnyango wezaseKhaya uMalusi Gigaba uhubhuza amanga.

UGigaba izolo (ngoLwesibili) utshele izintatheli ukuthi u-Atul Gupta akasiso isakhamuzi saseNingizimu Afrika. Lo ngqongqoshe usematheni njengoba kuthiwa wavumela umndeni wakwaGupta ukuba ube yizakhamuzi zakuleli ngaphandle kokulandela umthetho.

OLUNYE UDABA:U-Atul Gupta ubabele enkantolo ngolwemali yakhe angavumelekile ukuyithinta

Ungqongqoshe bekufanele avele phambi kwePhalamende ngoLwesithathu eyophendula imibuzo mayelana nalolu daba, kodwa akazange afike ngemuva kokubika ukuthi uyagula.

I-Independent Electoral Commission ithe ngoLwesithathu u-Atul Gupta ungumvoti wakuleli obhalisiwe okusho ukuthi uyisakhamuzi sakuleli ngokuphelele.

Lokhu-ke kuyaphambana nokukhuluma kukaGigaba. 

 - Buka:

 - eNCA


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.