BUKA: Enye yamakhosi inqaba ukukhothamela iSilo

2017-02-01 18:07

Durban -  Ushaye phansi ngonyawo owesilisa okukholakala ukuthi uyinkosi yakwaQwabe, wathi ngeke akhothame ukuze axhawule iSilo samaBandla.

Lokhu kubonakale nge-video ezungeza ezinkundleni zokuxhumana lapho iSilo belihlanganyele nebandla lamaNazareth.

Esexhawula amalungu alale bandla, Iningi labantu bebelikhothamela, kodwa iyodwa indoda ethe ingamane iyeke ingamxhawuli kunokuthi iguqe ngamadolo njengawo wonke umuntu.

Abanye abantu baveze ezinkundleni zokuxhumana ukuthi wonke la madoda abekhothama angamakhosi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.