Buka: Owesifazane ebophe inkukhu efile njengenja

2016-06-30 19:02

London - Sekusabalale ivideo ezinkundleni zokuxhumana eveza owesifazane ebophe inkukhu esikulungele ukuphekwa ngentambo kuhle kwenja emgwaqeni.

Ngokusho kwabe-UK Mirror lo wesifazane ubophe le nkukhu ngentambo ngaphambi kokulinda nayo ibhasi esitobhini sebhasi.

Lo wesifazane obegqoke izicathulo ezingafani ubukeka sengathi akanakile ukuthi uyabukwa njengoba engena njengenjwayelo ebhasini ngesikhathi isifika esitobhini ibhasi.

Le video isibukwe yizinkulungwane zabantu selokhu yafakwa ngomhlaka-20 Juni ku-YouTube. 

IVIDEO: 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.