BUKA: Owesilisa ofundisa umsizi wasendlini ukushayela

2017-11-02 14:00

Cape Town - Ithandwe ngabaningi ezinkundleni zokuxhumana i-video etshengisa owesilisa waseKapa efundisa umsizi wakubo ukushayela.

UCaroline Ndlovu sekuphele iminyaka eyishumi esebenzela umndeni kaJoshua Rubin. URubin uthi unqume ukumfundisa ukushayela ngemuva kokuthi uNdlovu ezwakalise ukuthi angathanda ukwazi ukuthi ishayelwa kanjani imoto.

“Sekuphele cishe iminyaka emithathu manje ezwakalisa ukuthi angathanda ukufunda ukushayela - kusukela ngathola ilayisensi yami ubelokhu engikhumbuza," kusho uRubin etshela iNews24.

Ngesonto eledlule uRubin wabe esenquma ukufaka uNdlovu emgwaqeni. "Wafika endlini ngi-ayina wathi angicishe i-ayina ngimlandele, ngangicabanga ukuthi kukhona okwenzekile," kusho uNdlovu.

Le video isibukwe izikhawu ezingu-220 000 kuFacebook. 

URubin uchaze uNdlovu njengomuntu ozikhulelekele nozihlekiselayo.

UNdlovu uma echaza uthi yize ebethukile ngesikhathi esesiteringini kepha ubejabule futhi ezimisele ngalokhu abekwenza. Uthi unesifiso sokukwazi ukushayela aye egalaji noma edolobheni yedwa.

URubin uthi ufake le video kuFacebook ngemuva kokufaka iziqeshana zayo ku-Instagram, abantu base bemnxusa ukuba ayifake kuFacebook.

Buka nansi i-video ngezansi:

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.