BUKA: 'Siyethemba ukuthi u#BlackFriday ngeke ushiye abantu becwile ezikweletini'

2017-11-24 16:00

Cape Town - UBlack Friday, okuwusuku olukhulu lwemititilizo, ungafaniswa "nokuphushela izingane esitolo sikaswidi ngenhloso yokubona ukuthi zizokwenzenjani".

Lokhu kuvezwe nguRoger Brown, oyisikhulu esiphezulu sakwaCredit Matters, okuyinkampani eyeluleka abantu ngezikweletu.

"Lolu suku lwenziwa ngendlela yokuthi abantu bangaziboni bengeyona ingxenye yalo, futhi kuqinisekiswe ukuthi bayiqongqotha yonke imali, ngakho thina njengabeluleki bezikweletu sikhathazekile kakhulu," esho.

OLUNYE UDABA: Bekundiza iqupha eFair Price eGoli kubangwa ezeBlack Friday

UBrown uthi ukukhathazeka kwabeluleka ngezikweletu akukhona ukuthi abantu basebenzisa imali - njengoba vele abantu beyisebenzisa zonke izinsuku imali - kepha ukusetshenziswa kwemali ngendlela engahlelekile, nokungaba nomthelela ongemuhle ngesikhathi esizayo.

"Ngicabanga ukuthi abantu kumele benze izinto bevule amehlo," kusho uBrown. "Kumele bayazi into ebalulekile. Ngenxa yokuthi into isendalini, akusho ukuthi kumele bayithenge."

UBrown unxuse abathengi ukuba baqaphele uma vele kuwukuthi sebecwile ezikweletini.

Buka nansi i-video ngezansi:

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.