BUKA: U-DJ Sbu ezishaya isifuba ngokuthi iMofaya isizodayiswa esitolo esikhulu kuleli

2017-07-20 12:29

Johannesburg – Usaziwayo wakuleli ongumsakazi nosomabhizinisi, uDJ Sbu, usememezele ku-Instagram ukuthi isiphuzo sakhe esinikeza umfutho (energy drink), iMofaya, isizotholakala manje ezitolo zakwa-Pick n Pay ezweni lonke.

Esikhathini esingaphambilini lesi siphuzo besitholakala ezitolo zakwa-Pick n Pay eziseGauteng kuphela.

OLUNYE UDABA:Usebuye ngezinkani uDJ nesiphuzo sakhe

Esiqeshaneni se-video, uSbu uthe: “Ezweni lonke, izotholakala maduzane iMofaya. Kule nyanga kanye nangenyanga edlule bekumele siqale ngo-Pick n Pay abaseGauteng.

"I-KZN izolandela, eMpumalanga, eNorth West siyeza, e-Eastern Cape, eWestern Cape, eKZN siyeza. IMofaya iyatholakala ePick n Pay. Sithanda ukuthi siyabonga Pick n Pay ngokuba yinkampani yokuqala ukuhola ngesibonelo futhi weseke uguquko, siyabonga kakhulu.”

Zibonele le-video ngezansi: 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.