BUKA: Ubhodloze udonga umshayeli weBMW M6 ingasalawuleki

2017-02-13 14:31

Johannesburg – Sekuvele i-video eqoshwe yiCCTV nekhombisa umshayeli wonyanyavu lwemoto yohlobo lweBMW M6 eshayisa isigxobo se-intercom maqede washayisa udonga olubiyelile oluwukhonkolo kwenye yezindawo zomtakabani eGoli.

Kusolakala ukuthi umshayeli wale moto ubeshayela ngesivinini esiphezulu ngaphandle kokusebenzisa ubuchwepheshe obaziwa nge-traction control.

OLUNYE UDABA: BUKA: Amasosha ashaye aze ahudula phansi okhubazikile

Imoto ehamba ngaphandle kwalobu buchwepheshe ayilawuleki emgwaqeni uma ngabe ihamba endaweni eshibilikayo ngenxa yokuthi amasondo asuke epina ngesivinini esiphezulu nokwenza angazinzi phansi.

Lokhu kudala ukuthi imoto igcine isihamba sakuntanta, ingabe isalawuleka.

Zibonele le video ecashunwe kuZero2Turbo:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.