BUKA: Ucashunwe amakhamera oshayise umuntu wabaleka

2017-09-18 12:31

eGoli - Uphuthunyiswe emtholampilo waseHillbrow owesilisa oshayiswe yimoto yabaleka edolobheni laseGoli.

Konke okwenzekile ngesikhathi le moto ishayisa lowesilisa kubonakale ku-video esizungeza ezinkundleni zokuxhumana.

Le video ibonisa owesilisa ezama ukweqa umgwaqo kodwa wama phakathi nomgwaqo ebona kuqhamuka imoto emhlophe.

OLUNYE UDABA:Ushayiswe yimoto washona ezama ukubalekela izigebengu eThekwini

Umshayeli wemoto obehluleka ukuyilawula yaqonda ngqo kulo mlisa yamhudula ngaphambi kokuba ibaleke.

UNana Radebe, okhulumela abe-Johannesburg Emergency Management Services usiqinisekisile lesi sigameko wathi senzeke ngasekhoneni likaVon Wielligh no-Jeppe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.