Buka: Ufundiswe isifundo opake endaweni yomuntu

2017-01-27 18:03

London - Ifise engabe ayizange ipake endaweni yomunye umuntu indoda eBirmingham, e-United Kingdom.

UHannah Crocker, ongowesifazane othathelwe indawo yokupaka wayesaye ezitolo ngoMgqibelo ekuseni watghi esebuya wafica kunemoto epake endaweni yakhe.

UCrocker utshele iThe Mirror ukuthi uvamise ukupaka kwenye indawo uma kukhona opake endaweeni yakhe ngoba egwema izinkulumo kodwa kulokhu ukhethe ukuawuqede lo mkhuba ngoba usuthanda ukuba insakavukela umchilo wesidwaba, uzomfundisa isifundo opakile.

OLUNYE UDABA: Buka: 'Umzali' eshaya iphoyisa ngasesikoleni

Okucasula kakhulu uCrocker ukuthi umshayeli uvele wapaka wagxamalaza, wayithatha yonke indawo yena wangakwazi ukupaka wase evele esemuvalela ngemoto yakhe.

Kwivideo esatshalaliswe ku-internet, lo mshayeli esizwa wumngani wkahe ukuzama ukukhipha imoto yakhe njengoba ibivalelwe yimoto kaCrocker. Kodwa akazanga asizakale kwaze kwafika uCrocker ngemuva kwamahora amabili wayisusa imoto yakhe.

 -Ivideo:

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.