Buka: Umama eshaya ingane eRestaurant

2016-12-11 11:02

Johannesburg - Ithukuthelise abaningi ivideo esabalale ezinkundleni zokuxhumana, owesifazane eshaya ingane yakhe ekhubazekile endaweni yokudlela eseFourways enyakatho yeGoli ekuqaleni kwesonto.

Kubukwa ukuthi lo wesifazane ubehlezi endaweni evulelekile kule restaurant kanti ubecelele le ngane yakhe yomfana ipuleti le-pasta wase ezama ukuyifunza.

"Umfana ubengadli kahle, mhlawumbe ubengakufuni ukudla, lo wesifazane wacasuka washaya lo mfana ekhanda, emfunza ngenkani," kuzwakale omunye wabanikazi bendawo yokudlela uKyri Tjirkos esho. 

Abantu abebeseduzane abebebukele okuqhubekayo bangenelela, betshela lo wesifazane ukuthi akufanele amshaye umfana.

"Indoda ebihlezi eceleni kwabo ikhulume nalo wesifazane, kanti ngicabanga ukuthi yila avele ahluleka khona ukuzilawula, waqhulula inhlamba, ingane wayishaya kakhulu kunakuqala, wawisa itafula kwaphihlika amapuleti.

"Ngiphume ngaleso sikhathi ngazama ukukhuluma nowesilisa ngoba bengicabanga ukuthi uyena owenza lo wesifazane acasuke kakhulu futhi bengingafuni ukuthi baze babambane ngezandla. Kube sekuqhamuka onogada benxanxathela yezitolo bathulisa umfana obekhala." 

Lo wesifazane uxolisile kuTjirkos ngomonakalo awenzile wathi uzokhokha wabe eselandela onogada, abebethulisa ingane, kubika iFourways Review.

IVIDEO:

 - TMG Digital

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
 

Kim Kardashian-West buys fake testicles to boost her dog’s self-esteem

Kim Kardashian is known for her over-the-top lifestyle and crazy spending habits. This may be a little extreme though…

 

Paws

10 tips on exercising your dog
Our top picks for doggo post of the week
Meet the unstoppable two-legged cat taking over the interwebs!
10 foods you should NEVER feed your dog!
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.