Buka: Umfana uvaleleke elifitini ngemuva kokuyichamela

2018-03-04 12:29

Beijing - Izingane zaziwa kakhulu ngokuthatha amathuba nangokukhonza ukudlala, kodwa umfana osemncane waseningizimu-ntshonalanga yeChina kungenzeka ukuba ube nokuzisola ngemuva kokuvaleleka eliftini ngenxa yokuganga kwakhe.

Lo mfana uchamele izinkonobho zangaphakathi eliftini okwazekayo ukuthi zisebenza ngogesi.

Ngokusho kweCoconuts, lokhu kwenzeke ngoLwesihlanu. Lo mfana ugcine ehlengwe ngabasebenzi abakhanda amalifti.

Abazali balo mfana kuzwakale ukuthi baqale bathi akukwazi ukuthi umfsana wabo engenza into efana nale. Kodwa amakhamera e-CCTV akuvezile okwenziwe yilo mfana okuyikho okuholele ekutheni avaleleke eliftini.

 - IVIDEO:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.