BUKA: Umlandeli weChiefs ekhihla isililo ezakhe zithelwa isibhaxu

2018-03-05 14:03

Durban - Sekusabalale i-video yowesilisa ongumlandeli weKaizer Chiefs ebonakala ekhihla isililo enkundleni ngesikhathi ezakhe zithelwa induku yi-Orlando Pirates kowomkhaya ngoMgqibelo.

Le ndoda ihlulekile ukubekezelela ukubona ikilabhu yayo ishaywa, yabonakala isichiphiza izinyembezi khona enkundleni kubuka wonke umuntu.

Le ndoda ekhihla esikaNandi futhi iyabonakala ukuthi ayikhathalele kuthenjwa njengoba ingenandaba nabayihlekayo emaceleni. Ikhala ize izifihle ngesikibha iphinde izesule ngethawula.

Buka i-video lapha ngenzansi:

Kulo mdlalo obubhekwe ngabomvu ngempelasonto iPirates iguqise iChiefs ngo-3-1 yakhala yemuka namaphuzu amathathu emdlalweni we-Absa Premiership.

Lokhu kusho ukuthi ezikaMagebhula sezilandela ngemuva ngamaphuzu amane iMamelodi Sundowns, okuyiyo ezihola zonke kwi-PSL.

Umqeqeshi weChiefs uSteve Komphela uthe akulahlwa mbeleko ngakufelwa ngakho bazoqhubeka nokulwela ukuthatha isicoco seligi ngokuthi baqhubeke nokudlala kahle.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.