BUKA: Umshayeli uvinjwe esebaleka kushayisana izimoto ku-N1

2017-08-16 16:01

Gauteng – I-video efakwe ezinkundleni zokuxhumana ikhombisa umshayeli wemoto eGauteng ezama ukubaleka endaweni yesigameko ngemuva kwengozi.

Lo mshayeli wadala ukuthi imoto yohlobo lweveni ishayise maqede yagingqika yalala ngokhakhayi emgwaqeni onguthelawayeka u-N1, eduze naseCenturion.

UYusuf Abramjee ufake kuTwitter i-video ekhombisa abashayeli ababili bezimoto besukela lo mshayeli obesezama ukubaleka endaweni yesigameko.

OLUNYE UDABA:Kuthungathwa abamatekisi abebehubhana emgwaqeni eGoli

Laba shayeli bezimoto bayabonakala bevimbela le moto, ukuze umshayeli wayo engeke akwazi ukuphunyuka abaleke.

Nokho akucaci kule video ukuthi ukhona yini olimalile.

Zibonele i-video yalesi sigameko ngezansi: 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.