BUKA: Umshayeli wetekisi eshaya owesimame eThekwini

2017-02-16 12:32

Durban – Uyaveva umnikazi wetekisi ebonakala ezinkundleni zokuxhumana lapho umshayeli eshaya owesimame.

Lokhu kwenzek e edolobheni eThekwini lapho kubonakala khona owesilisa evimbezele owesimame etekisini emshaya ekhanda. Uma ethi uzama ukubaleka lo wesimame, indoda le imdonsa ngezimpahla imbuyisele phakathi etekisini.

USihlalo kasoseshini wamatekisi eNtuzuma uVelaphi Gumede uxolisile ngesenzo somunye wabashayeli bakhe obonakala kule video.

Lo mnikazi wetekisi ubedinwe kangangokuba uthembise ukuthi uzomxosha lo mshayeli obonakale kwi-ivideo ezungeza ezinkundleni zokuxhumana.

“Ngingakuqinisekisa ukuthi itekisi elivelayo lingelami kanti futhi lihambela phakathi kwase-Berea nase-Eastern Cape."

OLUNYE UDABA:Kulimale abangu-9 engozini yetekisi KwaNdengezi taxi accident

UGumede uthe ubeseGoli ngesikhathi ethola izingcingo kusukela kubantu abahlukene ngoLwesithathu bemtshela ngale video.

“Lo mshayeli uneninyaka emihlanu engisebenzela kanti kuyo yonke le minyaka akakaze enze into efana nale. Ngisazohlanga naye ukuze angichazele kahle ngalokhu okwenzekile.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.