BUKA: Uphuthunyiswe esibhedlela ngendiza odutshuliwe ePort Shepstone

2017-02-03 08:01

Durban – Uphuthunyiswe esibhedlela ngendiza enophephela emhlane owesilisa olimale kabi ngemuva kokudutshulwa.

Ngokusho kukaRobert McKenzie okhulumela abe-EMS kufike indiza enophephela emhlane yahlala phakathi kwaseBomela naseGamalakhe lapho bekakhonjwa khona lo wesilisa.

OLUNYE UDABA:Kuphahlazeke indiza ebithwele igolide eZimbabwe

“Sifike sathola isisulu sisesimweni esibucayi kakhulu kanti nendawo abekuyo ibingafinyeleleki kalula ngama-ambulensi.”

Abezimo eziphuthumayo bahambe endaweni engeyinhle neze ukuze bafinyelele kuye.

Akucaci okwamanje ukuthi ukudutshulwa kwakhe kumayelana nani.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.