BUKA: URamaphosa utshela abalandeli bakhe ukuthi mabahloniphe imiphumela

2017-12-20 18:00

Johannesburg - UMengameli we-ANC uCyril Ramaphosa usecele abalandeli bakhe ukuthi bayihoxise eyokuthatha izinyathelo zomthetho mayelana nezinxushunxushu ezikhona ngamavoti angaphezu kuka-60 ayisidididi ngoba lokho kungase kubeke engcupheni ingqungquthela yonke.

INews24 ipotshozelwe i-video kaRamaphosa ekhuluma nesixuku sabalandeli, ebacela ukuba bamukele imiphumela okunqobe kuyo uNdunankulu waseFree State u-Ace Magashule kwesikaNobhala Jikelele we-ANC.

UMagashule uqumbe phansi lowo owayenguSihlalo we-ANC KwaZulu-Natal uSenzo Mchunu ngamavoti angu-24.

Abalandeli bakhe bafake isikhalazo ngalo mphumela bethi kumele engabe kunqobe uMchunu. Elinye iqeqebana laseLimpopo lithathele i-ANC izinyathelo zomthetho.

Kule video, uRamaphosa uzwakala etshela la balandeli ukuthi izikhulu zihlanganile zaludingida lolu daba.

"Sibone ukuthi kuhle ukuba sivikele isithunzi sengqungquthela. Akumele sivumele le nkomfa iphazamiseke ngokuthi siye ezinkantolo ngemizamo yokuphikisa imiphumela yengqungquthela," kusho uRamaphosa.

URamaphosa unanele ngokuthi uhlangane nezinye izikhulu zenhlangano mayelana nale mpikiswano ekhona.

URamaphosa uvumile ukuthi nokho imiphumela ayibanga yile nto abebeyifuna, kepha banalo ithuba lokubuyisela izimiso ze-ANC.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.