BUKA: Uthi ugeza izandla uBabes wodumo obuye washweba nakulokhu

2017-05-28 11:02

Durban - Bakhuza ibhadi abalandeli bentokazi eshaya ingqomu ebuye ilambatha emcimbini wama-SAMA.

Okwenzeke eSun City ngoMgqobelo ebusuku akubaphathanga kahle neze abalandeli bale ntokazi njengoba ingawinanga neyodwa indondo.

Okubuhlungu kakhulu wukuthi nabaphathi bohlelo bebelokhu bemqinisa idolo bethi iyeza eyakhe akadedele igazi.

Hawu amathemba impela bewalokhu ehle intokazi engu-Amanda Black ilokhu iqoqe njalo izindondo njengoba bebebekwe ndawonye.

Amathemba avele aphela ngesikhathi kumenyezelwa intokazi ebashaye emakhanda.......kwawina u-Amanda.

OLUNYE UDABA:Uhlu oluphelele lwabaculi abawine ama-SAMA

Sisababaza lokho, qhamukiyani abaphathi bohlelo sebevala, bememezela ukuthi uBabes Wodumo uyena ozovala umcimbi.

Hhayi abantu bathathele ezinkundleni zokuxhumana bezwakalisa ukudinwa kwabo ngesihluku esingaka.

"Ungathi ungawina nendibilishi, bese uvala umcimbi. Kwenzeka kanje nakumaMetro FM Awards," kusho abalandeli.

UBabes kanye nomphathi wakhe uMampintsha bafake amavidiyo ezinkundleni zokuxhumana bezwakalisa ukuphoxeka ngalokhu okwenzekile.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.