BUKA: UTrevor Noah enza ihlaya ngokuthi iDA imvotele kanjani uZuma

2017-08-08 14:37

Cape Town – Usomahlaya waseNingizimu Afrika uTrevor Noah ubuyile kwelakuleli njengoba ezoba nochungechunge lwemicimbi. Lo methuli wohlelo iThe Daily Show uzilungiselela imicimbi emine – emithathu eGoli kanye nowodwa eThekwini – kanti kulezi zinsuku umatasatasa nezingxoxo nabezindaba.

OLUNYE UDABA: BUKA: UZuma uzifikele ngokwakhe ePhalamende ngaphambi kwevoti ‘lokumketula’

Kwenye yezingxoxo azenze kamuva, uTrevor uhlale phansi nomngani wakhe futhi ongumethuli wohlelo emsakazweni i-947, u-Anele Mdoda, nalapho bekhulume khona ngezihloko eziningi kusukela encwadini yakhe – esahamba phambili ngokudayisa eNew York - kuya kubantu abathatha njengabangani bakhe abahle kanye nokuthi kungani kungafanele umenzele iphathi yosuku lokuzalwa abengazi ngayo.

UTrevor uthi useyabuya ezindabeni ezenzeka kuleli, wathi ukube ubeyi-DA ubezovotela ukuthi uZuma ahlale. Uthi lokhu bekuzoba “yiqhinga” elihle kakhulu.

Zibonele le ngxoxo ephelele ngezansi eyenzeke emsakazweni i-947 ngoLwesibili:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.