BUKA: UZuma ugasele kungalindele muntu esiteshini samaphoyisa

2017-02-14 16:02

Cape Town – UMengameli wezwe, uJacob Zuma, ugasele kungazelele muntu esiteshini samaphoyisa saseNyanga, eKapa, ngoLwesibili.

INyanga yakeliswa njengenye yezindawo ezingu-10 lapho ubugebengu budla lubi khona esifundazweni iWestern Cape ngonyaka ka-2016.

Zilinganiselwa ku-10 785 izibalo zobugebengu obenziwa eNyanga ngonyaka odlule nje uwodwa.

OLUNYE UDABA: UTrump ucele ukukhuluma noJacob Zuma

Ngesikhathi ekule ndawo, uMengameli ukhale kakhulu ngokuthi izigebungu zizenzela umathanda nje futhi ziyazicanasela nokwenza ukuthi impilo ibe nzima kofakazi ngoba ziyagxambukela.

UMengameli uvakashele lesi siteshi ngaphambi kwenkulumompikiswano yasePhalamende ezobe imayelana nenkulumo yakhe asanda kuyethulela isizwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.