BUKA: Wethweswe iziqu zobudokotela uMbuyiseni Ndlozi

2017-12-05 19:27

Johannesburg – Umkhulumeli we-Economic Freedom Fighters, uMbuyiseni Ndlozi, wethweswe iziqu zobudokotela ngoLwesibili e-University of the Witwatersrand.

Ubephelezelwa ngamanye amalungu eleli qembu edlubhe amajazi awo, okubalwa kuwo uJulius Malema, uFloyd Shivambu, uGodrich Gardee, uDali Mpofu noHlengiwe Hlophe.

Lokhu kuchaza ukuthi lo sopolitiki, odume ngelika-"people's bae" usengakwazi ukwengeza iziqu ze-PhD kwi-CV yakhe ngemuva kokugogoda.

Ujoyina abanye abantu abadumile abafunda eWits, okubalwa kubo lowo owayengumengameli uNelson Mandela, umbhali odume umhlaba wonke uNadine Gordimer nowayengumholi we-SACP uJoe Slovo.

OLUNYE UDABA: UButhelezi ubongele uNdlozi ngokwethweswa iziqu

UNdlozi, 32, watshela iNews24 ngo-Agasti ukuthi into yokuqala ayenza ngesikhathi ethola ukuthi uphasile, washayela umama wakhe ucingo.

"Ngemuva kokuzwa ukuthi ngiphasile, ngishayele umama ucingo...akakwazanga ngisho ukukhuluma, wavele wakhihla isililo," kusho uNdlozi ngaleso sikhathi.

IZITHOMBE NE-VIDEO:

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.