BUKA:Uvike ngosana lwakhe obelwa namaphoyisa ebhidliza umkhukhu wakhe

2018-04-12 18:03

eNelson Mandela Bay - Owesilisa ubezama ukuvimba amaphoyisa ukuba angabhidlizi umkhukhu wakhe ngokusabisaukujikijela usana lwakhe phansi.

Ngokubika kwephephandaba i-The Herald iqophe i-video yalo baba ebambe ingane yakhe emi phezu kophahla lomkhukhu wakhe emjondolo yaseJoe Slovo informal eNelson Mandela Bay ngoLwesine.

Lo mlisa ubeqophisana namaphoyisa abegcwele kule ndawo ebhidliza zonke izakhiwo ezakhiwe ngokungemthetho kule ndawo.

OLUNYE UDABA:Imigulukudu ididise abasebenzi basebhange babagebenga imali

Okhulumela amaphyisa uKaputeni Andre Beetge ukuqinisekisile lokhu wathi lomslisa uboshiwe ngokuphosa ingane enezinyanga eziyisithupha ophahleni lomkhukhu.

Lo mlisa ubhekene necala lokuzama ukubulala, kanti uBeetge utshele abezindaba ukuthi le ngane kayizange ilimale.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.