#BusStrike: Ziphinde zafinyelela kwangqingetshe izingxoxo

2018-04-21 08:44

Azihambanga kahle izingxoxo phakathi kwezinyunyana kanye nomqashi eBargaining Council mayelana nesiteleka samabhasi kuzwelonke njengoba ziphinde zafinyelela kwangqingetshe.

Izinyunyana ezithintekayo zithathe isinqumo sokuthi sithi ukuqina isiteleka, zasola umqashi ngokungena kulezi zingxoxo evele engenazo izinhloso ezinhle.

Izinyunyana zithi bezizowuvuma u-8% wokunyuswa kwamaholo esikhundleni sika-12% ebeziwufune ekuqaleni kepha umqashi wala waphetha wathi naye akanyakazi kulo 7% awubeke etafuleni.

OLUNYE UDABA: IZITHOMBE: Izinkulungwane zisale dengwane kulandela isiteleka samabhasi

Lesi siteleka sesidale isiphithiphithi emadolobheni amakhulu kuleli, kwathi inqwaba yabantu basala dengwane ngenxa yokuswela izinto zokuhamba.

Okhulumela iSatawu, uSoloman Mahlangu, uthe: “Izinyunyana zinxusa ukuba wonke amalungu athi ukuqinisa isiteleka kuze kube umphathi uza nesiphakamiso eziqeda ukungabi ngasolinye."

Lesi siteleka siqale ngoLwesithathu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.