EBHALELWE UMHLELI: Siyahlupheka amaphoyisa ahlukumeza umphakathi

2017-06-01 19:26

Mhleli,

Bengingathanda ukuthi isikhalazo sami sifinyelele kuNgqongqoshe woMnyango wezamaPhoyisa uFikile Mbalula ukuze akhuze la maphoyisa aseMgungundlovu ahamba nge-quantum (inumber plate igodliwe).

La maphoyisa asetshenziselwa inzondo, njengokuthi uma kukhona umuntu ongezwani naye uyawatshela bese wona eya kulowo muntu amshaye kanzima, aphinde adale umonakalo.

Uma enza lo mkhuba ayazifihla izigqebhezana ezibhalwe amagama awo.

Siyacela ungqongqoshe asilamulele, siyaphela yila maphoyisa aqhuba ubugebengu endaweni yaseWeenen, eNgodini.

Sihlukumezeke kakhulu siwumphakathi, sicela usizo ngokushesha.

Ozithobayo,

e-PMB  

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.