#EFFTurns4: Iqembu lithembisa ubumnandi emgubhweni walo

2017-07-28 19:30

Durban - Iqembu lezepolitiki i-Economic Freedom Fighters (EFF) livakashele eCurries Fountain Stadium liyoqapha amalungiselelo omgubho walo njengoba lihlanganisa iminyaka emine lasungulwa, ngoLwesihlanu.

Leli qembu, lizobe linomcimbi omkhulu ozoqala ngezithuba zabo-10:00 ekuseni ngoMgqibelo kanti alithembisi okuningi ngaphandle kokuhle kodwa kulabo abazobe bewuhambele.

"Sizokwenza ezibukwayo kusasa," kusho uGodrich Gardee we-EFF.

OLUNYE UDABA:UMalema uzovakasha eKZN ngaphambi komgubho weqembu esifundazweni

UGardee uthe bawulungiselele kahle lo mcimbi. Uphinde wathi sebenamalungu amasha kodwa amagama awo angakazukudalulwa okwamanje.

UGardee uthe lo mcimbi uzobe umkhulu futhi i-EFF izophinde ivakashele ezinye izindawo zaseNingizimu Afrika njengengxenye yomgubho wayo.

UMbuyise Ndlozi okhulumela i-EFF, uthe "kuzobe kunenqwaba yabaculi abazobe benandisa".

UJulius Malema, onguholi weqembu, kulindeleke ukuba ethule inkulumo ngabo-13:00.

 - Independent Media

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.