Elamanqamu namuhla eMelika - Umbiko

2016-11-07 19:30

Leesburg - Sekufike kwelamanqamu phakathi kukaHillary Clinton kanye noDonald Trump njengoba sekusele amahora kuvotwe.

Ukhetho lwakulonyaka lungoluhlukile kwamanye njengoba kungenzeka ukuthi izwe laseMelika lingaba nomholi wokuqala wesimame.

Iqembu lamaDemocrat eliholwa okaClinton like labhekana nezingqinamba eziningi njengoba umholi wabo ube nokungqubuzana nabezomthetho bephenya ngamameyili akhe.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa athembisa ukhetho olungenazehlakalo

Abe-FBI bakhiphe isitatimende esithi akukho okusolisayo ngamameyili kaClinton.

Ngakolunye uhlangothi, isikhondlakhondla esihola ama-Republican uTrump ubelokhu egiya ngalo ithambo likaClinton nabe-FBI.

UTrump ubelokhu etanasa kuzo zonke izindawo azihambele ngeSonto nangoMsombuluko ekuseni ebiza imbangi yakhe "njengomuntu okhohlakele" ukubadlula bonke.

Yize kunjalo kubonakala sengathi iningi lihamba nokaClinton kanti uTrump uzwakale esethi abalandeli bakhe abaqaphele ukukhwabaniswa kwemiphumela yokhetho.

Lo mholi ulandelwa kakhulu ngabesilisa abamhlophe, kubika i-eNCA.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.