ElikaMokonyane liphakanyiselwe esikaMgcinimafa kuKhongolose

2017-12-05 08:02

EThekwini - Seyingenile yonke imiphumela yezifundazwe ezingu-9 zamavoti eqenjini le-African National Congress.

NgoMsombuluko bekuvota izifundazwe ezimbili nokuyizona ebekungezokugcina, iKwaZulu-Natal kanye neLimpopo, zombili lezi zifundazwe ngamakhaya alabo ababheke isikhundla sobuholi baleli qembu.

Abaningi besebeqagulile ukuthi umholi ngamunye uzodla umhlanganiso ekhaya, kodwa okuthuse abaningi, ngamavoti ezimbangi abonalaka emaningana kunalokhu ebekulindelikile.

Babodwa abebethi uCyril Ramaphotha uzothwala ngeqoma eLimpopo, kodwa akubanga njalo njengoba uNkosazana Dlamini-Zuma ebonakale ethola amavoti athe xaxa.

OLUNYE UDABA: IZITHOMBE: 'Umengameli ophumayo' uZuma uhlangane nabagaqele esokuhola i-ANC

Kube yileso nakwelikaZulu njengoba uRamaphosa ethole amavoti angaphezu kwekhulu.

Ngokwezibalo ezingeli, uRamaphosa uthole amavoti angu-1862 kanti uDlamini-Zuma yena uthole amavoti angu-1309.

UDavid Mabuza uphakanyiselwe esokuba yiPhini likaMengameli kanti kukhonjwa uNathi Mthethwa kwesokuba wusihlalo kazwelonke.

UNdunankulu waseFree State u-Ace Magashule uphakanyiselwe esokuba uNobhala-Jekelele kanti u-Jesse Duarte njengePhini lakhe.

UNgqongqoshe waManzi uNomvula Mokonyane nelakhe igama liphakanyiselwe esikuba wuMgcini-Mafa.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/Africa
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.