Engikufuna kakhulu ukuba umengameli, kusho ophase ngamalengiso

2018-01-05 14:02

Johannesburg – UTumelo Mashigo, ongomunye wabafundi ebebenza u-matric ngo-2017, unesifiso sokuba umengameli ngelinye ilanga.

Lo mfundi oneminyaka engu-18 ubudala ungowesibili kulabo abenze kahle kubafundi abaphila nokukhubazeka kanti unesifiso sokwenza ngcono izwe ngelinye ilanga.

UMashigo, owazalwa ene-phocomelia uthi ukhule kanzima.

"Ngangingenabo abangani ngenxa yokuthi izingane eziningi ‘zazingisaba’…kodwa eminyakeni eyedlule izinto zibezinhle kakhulu kumina,” esho.

"Ngisafunda amabanga aphansi ngangidelelwa, ngangidelelwa kakhulu. Lokho kwanginika ithuba lokwenza ngcono kwezinye izinto,” esho.

OLUNYE UDABA:  Olwamanqamu namhlanje kuDe Lille

UMashigo kumjabulise kakhulu ukumenyezelwa njengomunye wabafundi abenze kahle kakhulu ngo-2017.

"Kuyangijabulisa kakhulu, ngiphelelwe amazwi.”

"Ngikholelwa ukuthi lesi yisiqalo sezinto ezinhle,” kusho uMashigo.

UMashigo, ofuna ukwenza i-international relations, uthi okumenza afune ukuthatha lo mkhakha ukuthi ufuna ukusiza abantu.

"Ngifuna ukwenza umehluko, yingakho ngikhethe i-international relations. Engikufuna kakhulu kodwa ukuba umengameli waseNingizimu Afrika,” kusho uMashigo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.