Enye ingozi lapho kwashona khona abantu ePinetown

2016-11-23 12:30

Johannesburg - Amaphoyisa kanye nabezimo eziphuthumayo bebegcwele ukwesaba ngesikhathi beya endaweni yesehlakalo lapho kwenzeke khona ingozi ngoLwesithathu, emgwaqeni owodwa nalapho kwashona khona abantu abangu-23.

Ingozi yangoLwesithathu yenzeke ku-M13, ePinetown‚ lapho iloli lishayise khona inqwaba yezimoto ngaphansi kwebhuloho kuRichmond Road.

Kodwa nokho le ngozi ayibanga yimbi kangako njengokuba bekunokwesabela.

OLUNYE UDABA: Ishonile indoda eshayiswe yiloli eGoli

Imibiko ithi balinganiselwa kwababili kuya kwabangu-11 abantu abalimele.

Yikhona kule ndawo lapho okwashona khona abantu abangu-23, ngesikhathi iloli lishayisa amatekisi ayisithupha nezimoto ezimbili ezincane ngoSepthemba 2013.

Okhulumela i-KZN Emergency Medical Services, uRobert McKenzie, uthe babili abantu abathole ukulimala, kanti iNetcare911 ithe bangu-11 abathole ukwelashwa endaweni yesehlakalo.

- ANA 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.