Eyamalungelo ezingane ifuna athole isigwebo esiqinile 'owadayisa' ingane ku-Gumtree

2016-05-04 08:28

Pietermaritzburg - Inhlangano yamalungelo ezingane ezinze KwaZulu-Natal i-Operation Bobbi Bear ithemba ukuthi inkantolo izogixabeza owesifazane oneminyaka engu-20 ubudala isigwebo esiqinile ngokudayisa indodana yakhe enezinyanga ezingu-19 ubudala ngo-R5 000 kwi-itnernet ngonyaka ophelile.

UZama Madlala kulindeleke ukuba alalele isinqumo seNkantolo yeMantshi yasePietermaritzburg ngecala abhekene nalo namuhla.

OLUNYE UDABA: Kulindeleke ukuba agwetshwe owazama ukudayisa ingane kugumtree

UMadlala wafaka isikhangiso ku-Gumtree lapho azenza khona umuntu odayisa isihlalo sengane semoto kanti udayisa indodana yakhe. 

Owe-Operation Bobbi Bear u-Erika Olivier utheomama kufanele bawasebenzise amakhaya abantwana.

"Lesi senzo asamukelekile emphakathini. Akwamukelekile ukudayisa izingane ekubeni zikhona izindawo zokugcina izingane uma ungakwazi ukuyinakekela," usho njalo, kubika iNewswatch.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.