Ezimbi kubalandeli be-Ashes to Ashes

2016-08-15 16:01

Johannebsurg - Izindaba ezingezihle kubalandeli bomdlalo wakumanomakude otshemngisa ku-e.tv i-Ashe to Ashes njengoba abalesi siteshi sebememezele ukuthi iyaphela ngenyanga ezayo.

Lo mdlalo uzogcina ukudlala ngoLwesihlanu, ngomhlaka-2 Septhemba ngezithuba zabo-20:00.

OLUNYE UDABA: Usaziwayo ushiye iMetro FM wajoyina i-East Coast Radio

Lesi siteshi siqinisekise lezi zindaba esitatimendeni sabhala ukuthi: "Lo mdlalo uzophela ngomhlala-2 Septhemba kulandela amasizini awo amabili abe yimpumelelo, kubika iDaily Sun.

Omunye wezikhulku eziphezulu zakwa-e.tv uMarlon Davids uthe: "Iyasijabulisa impumelelo yalo mdlalo futhi siyabonga kakhulu kubalandela."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.