EZINGEMA MANJE: Usesulile uNgqongqoshe wezeMpilo - Umbiko

2017-02-01 13:04

Johannesburg -  Usesulile esikhundleni sakhe uNgqongqoshe wezeMpilo esifundazweni iGauteng, uQedani Mahlangu kulandela izincomo zikalowo obhekelele ezempilo, kubika i-Enca.

Lokhu kumenyezelwe nguNdunankulu uDavid Makhura ukuthi lesi sikhundla sizobanjwa yiPhini likaNgqongqoshe wezeMpilo uDkt Gwen Ramokgopa.

OLUNYE UDABA:Ungqongqoshe ucele ukuba bangahlulelwa abafundi abangaphumelela

UMakhura uthe wenze lokhu kulandela iziphakamiso zikaSolwazi uMalegapuru Makgoba, obhekelele ezempilo.

Lezi iphakamiso zenziwe kulandela ukuvela kokuthi zingu-94 iziguli eziphazamisekile ngokwengqondo ezishonile selokhu zakhishwa esikhungweni iLife Esidimeni, hhayi u-36 lo owabikwa ngaphambilini.

"Izikhulu azikwazi ukusola abasebenzi abasemazingeni aphansi ngamaphutha oMnyango," kusho uMakhura egcizelela ukuthi bazothathelwa izinyathelo bonke laba abathintekayo kulo mbiko.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.