UZuma ubonakale okokuqala ngqa emphakathini kulandela ukwehla esikhundleni

2018-02-27 11:00

Pietermaritzburg - Lowo obengumengameli wezwe uJacob Zuma ubonakale okokuqala emphakathini KwaZulu-Natal kusukela amemezela ukwesula kwakhe esikhundleni emasontweni amabili edlule.

Ubehambele ukuvulwa ngokusemthethweni kwesiShayamthetho sesifundazwe, okungumcimbi ozohanjelwa nayiSilo samaBandla uGoodwill Zwelithini kaBhekuzulu ngoLwesibili.

UZuma utheleke eRoyal Show Grounds, eMgungundlovu, ehamba nabaqaphi bakhe.

OLUNYE UDABA: UZuma uthe i-ANC izohlulwa okhethweni uma ehla esikhundleni - Malema

Kuzokhumbuleka ukuthi uZuma wehla esikhundleni ngemuva kokuketulwa yisigungu esiphezulu se-African National Congress.

Ngalo lolo suku abeka ngalo izintambo phansi, waba nengxoxo ekhethekile ne-SABC lapho aveza khona ukuthi akasiboni isidingo sokwesula esikhundleni ngoba akekho ophumela obala ngokuthi yini le engaka ayenzile njengoba kuthiwa akakshenxe.

Buka i-video lapha ngezansi:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.