Ezingezinhle eqenjini leNingizimu Afrika eRio

2016-08-10 08:01

Johannesburg – Igqemeke engeqiwa ntwala iNingizimu Afrika njengoba ibheke emdlalweni okumele iwunqobe nakanjani, lapho izobe idlala kuwo ne-Iraq ngoLwesithathu.

Lokhu kungexa yokuthi u-Erick Mathoho noLebogang Mothiba ngeke babe yingxenye yesikwati ngoba omunye umdlali ulimele kanti omunye uyagula, kubika iKickOff.com.

UMathoho ulimale iqakala emdlalweni wabo bebhekene neDenmark ngeSonto.

OLUNYE UDABA: Limenyezeliwe iqembu elizomela elakuleli eRio

UMothiba yena uhoxiswe esikwatini ngenxa yokuthi kungenzeka ukuthi uthole i-chicken pox.

Nokho izindaba ezinhle kumqeqeshi u-Owen da Gama, ezokuthi u-Abbubaker Mobara usekulungele ukudlala kulandela ukulimala bedlala neDenmark.

INingizimu Afrika kumele iwunqobe lo mdlalo uma ifuna ukudlulela esigabeni esilandelayo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.