Ezinoju mayelana nokubuyiswa komhlaba ngaphandle kwesinxephezelo

2018-02-27 19:30

eThekwini - IPhalamende livotele ukuba kubuyekezwe uMthethosisekelo mayelana nodaba lokubuyiswa komhlaba ngaphandle kwesinxephezelo.

Lokhu kwenzeke ngemuva kwenkulumo-mpikiswano lapho amaqembu afana ne-ANC, EFF, PAC, NFP, IFP avumelane ngokuthi bazovota ndawonye ukuba ubuyekezwe uMthethosisekelo.

Ngemuva kokuvumelana ngezinguquko ze-African National Congress, amalungu ePhalamende avote ngazwi linye ukuba ikomidi liqale umsebenzi wokubhekisisla loludaba nokwenza izinguquko ezifanele.

OLUNYE UDABA: I-EFF ihlehlise eyokungabathembi ubuholi bukaZuma

Leli komidi lizobuyisa umbiko walo ephalamende ngomhlaka 30 Agasti.

Buka okushiwe wuJulius Malema okungumholi weqembu elafaka lesi sicelo enkantolo.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.