Ezinye izindaba eziphoxayo ngeBafana

2017-11-23 14:00

Cape Town - IBafana Bafana yehle izikhawu eziyisikhombisa yahlala endaweni ka-81 ezibalweni zakamuva ze-FIFA zokukleliswa kwamaqembu omhlaba kulandela ukungenzi kahle kweyokuhlungelwa iNdebe yoMhlaba ka-2018.

IBafana ayikaze yehle kangaka ezibalweni kusukela ngo-2012.

Sezadlula izinsuku lapho iBafana yayibalwa namanye amaqembu ahamba phambili e-Afrika njengoba yake yaba kunombolo 16 emazweni omhlaba ngo-1996 ngemuva kokunqoba i-African Cup of Nations.

Ukushaywa kwakamuva yiSenegal kuhlikihle usawoti esilondeni kwabona abafana bakaStuart Baxter behla ezibalweni ze-FIFA.

OLUNYE UDABA: UBenni unethemba lokucija iBafana ngelinye ilanga

IBafana ihlezi kunombolo 18 kumaqembu ase-Afrika, kanti iSenegal, Tunisia, Egypt, Congo DR neMorocco yiwo amaqembu amahlanu ahamba phambili kuleli lizwekazi.

AmaLions of Teranga awakaze akhuphuke kangaka kusukela ahlungelwa okokuqala kwiNdebe yoMhlaba ka-2002.

Amaqembu amahlanu ahamba phambili emhlabeni okuyiGermany, Brazil, Portugal, Argentina neBelgium - wonke awazange asuke ezindaweni abehlezi kuzo ngo-Okthoba.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.