Inyuvesi ixoshe isisebenzi ngecala lokuhlukumeza ozakwabo

2017-02-02 08:02

Johannesburg - IWits University isikuqinisekisile ukuthi ixoshe esinye sezisebenzi ezindala, esilahlwe yicala lokungaziphathi kahle.

Lesi sisebenzi besisolwa ngokuhlukumeza ngokocansi ozakwabo.

Abesifazane abathathu bafaka izimangalo ngonyaka odlule ehhovisi lezokulingana ngokobulili enyuvesi.

Uphenyo luthole ukuthi lona wesilisa unecala kuwona womathathu amacala, kwaphethwa ngokuthi kumele axoshwe.

OLUNYE UDABA: Kwesule okhulumela i-ANC ePhalamende

Lona wesilisa waziswe ngendlela efanele kanti uxoshwe ngoLwesithathu.

“Inyuvesi yasungula ihhovisi lezokulingana ngokobulili eminyakeni emihlanu eyedlule ukubhekana ngqo namacala okuhlukunyezwa ngokocansi.

“Ngisaphinda futhi, ngithanda ukucacisa ukuthi inyuvesi ngeke iyibekezelele indaba yokuhlukumeza ngokocansi kwanoma yiluphi uhlobo,” kusho iPhini likaShansela wenyuvesi uSolwazi Adam Habib esitatimendeni.

 - SowetanLive

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.