'Hlukana nezingane ezincane Kim!'

2017-11-28 12:31

Durban - Kungase kwenzeke ukuthi uphazamisekile ngokomqondo, kodwa lokho akumnikezi ilungelo lokuba ahlukumeze izingane, kusho umbiko.

Lo umbono weSunLanders ngemuva kokubonakala kwe-video kaKim Mngomezulu, odume kakhulu ngelikaKim Wabantwana, edansa nabafundi ephinde abaphakamisa umfaniswano wesikole.

Ezinye izakhamuzi zixwayise lo mculi ozinze KwaZulu-Natal ngokuthi uzoboshwa kanti abanye bachaze ukuziphatha kwakhe njengento engamukelekile.

Kuthe ngemuva kokugxekwa nokuxwayiswa yizakhamuzi zakuleli kube sekubonakala yona le video ekhasini likaKim kuFacebook ihambisana nombhalo ofindeka kanje: "Awu! Nkosi yami. Bengidlala".

UKim akazange atholakale ukuba aphawule.

Imenenja yakhe uNhlanhla Mthembu weMabhodisa Entertainment, uthe sebayibona i-video.

"Sithanda ukuxolisa esizweni ngale video," esho.

Uthe sebexoxisene nomndeni wentombazane baphinde baxolisa nakuwo.


 - Daily Sun

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.