Hlukanani nokubiza iqembu lesizwe ngamaGlug-glug - Safa

2016-08-10 16:04

Johannesburg - ISouth African Football Association (Safa) inxusa umphakathi ukuba uyeke ukubiza iqembu lesizwe labesilisa elikuma-Olympic ngama-Glug-Glug.

Iqembu lesizwe lika-Under-23 lalibizwa ngamaGlug-Glug ngesikhathi lisaxhaswe yinkampani kaphethiloli iSasol, kodwa ngemuva kokuphela kwesivumelwane, iSafa yalishintsha igama leli qembu labizwa ngeqembu lama-Olympic laseNingizimu Afrika.

Funda nalolu daba: Ukhethe kahle uMajoro - Sikhosana

“Siyabonga ukwesekwa kweqembu lethu esikutholayo kuma-Olympic, kodwa sinxusa umphakathi ukuba uyeke ukusebenzisa igama lama-Glug-Glug,” kusho okhulumela iSafa uDominic Chimhavi.

“Leli qembu libizwa ngeqembu lama-Olympic labesilisa baseNingizimu Afrika, hhayi amaGlug-Glug.”

INingizimu Afrika izodlala ne-Iraq emdlalweni wayo wokugcina kaGroup A ekusnei ngoLwesine, kubika iKickOff.com.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.