Hlukanani nokuhlukumeza iziguli, u-MEC etshela amanesi

2016-07-10 13:01

Komatipoort – Emizameni yokunqanda amanesi ekuhlukumezeni iziguli emitholampilo eMpumalanga, uNgqongqoshe wezeMpilo uGillion Mashego useyalele wonke amanesi esifundazweni ukuba bafake izigqebhezana ezinamagama abo.

Umyalelo oqinile kaMashego uwukhiphe ngemuva kwezikhalazo zezakhamuzi zaKaMaqhekeza ngaseKomatipoort, ezibike ukuthi amanesi ayazihlukumeza emtholampilo, ovulwe ngoLwesibili.

Funda nalolu daba: IKapa yindawo yokufela izaguga zabelungu

"Siyazi ngamanesi anokungaziphathi kahle iziguli. Sinxusa amalungu omphakathi ukuba abike ngalawo manesi. Ngiyanethembisa ukuthi lo mtholampilo ozoba ngohamba phambili.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.