I-Afriforum ivulele icala uMalema nabanye abaholi ngolwakwa-H&M

2018-01-16 11:04

Pretoria – Inhlangano yomphakathi i-AfriForum ngoMsombuluko ivulele abaholi be- Economic Freedom Fighters (EFF) amacala okugquqguzela udlame emphakathini, kulandela ukucekelwa phansi kwezitolo zakwa-H&M kuleli ngempelasonto.

“Sivulele amacala amalungu amathathu e-EFF, uJulius Malema, Floyd Shivambu noMbuyiseni Ndlozi. Lokhu kumayelana nokugqugquzela kwabo udlame emphakathini, okubalwa nezigameko esizibone zenzeka ezitolo zakwa-H&M ezweni lonke,” kusho iphini lesikhulu esiphezulu kwi-AfriForum u-Ernst Roets etshela izintatheli esiteshini samaphoyisa eBrooklyn ePitoli.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe ilungu le-ANC ePhalamende ngecala lokweba

Izitolo zakwa-H&M eSandton City naseMenlyn Mall nakwezinye izingxenye zaseGauteng zicekelwe phansi, ‘ngamalungu e-EFF’.

“Sikhathazekile kakhulu ngalokhu, ngoba abantu bagqugquzelwe ukuba basebenzise udlame, benze namacala embhkishweni.

“Lento akumele ithathwe kancane, ikakhulukazi njengoba abantu begqugquzelwe ngosopolitiki abanamandla ezimpilweni zabantu.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.