I-AfriForum yamukele ukuxoshwa kwababandakanyeka kwi-state capture kwikhabhinethi entsha

2018-02-27 09:30

Cape Town - Inhlangano i-AfriForum ngoMsombuluko yamukele ukuxoshwa kukaMosebenzi Zwane, uDavid Mahlobo, uLynne Brown, uDes van Rooyen noFikile Mbalula kwikhabhinethi.

Isikhulu esiphezulu uKallie Kriel esitatimendeni sithe "okubaluleke kakhulu wukuthi ongqongqoshe ababandakanyeka kwi-state capture baxoshiwe kanti nalabo abebengasilungele isikhundla sabo bakhishiwe kwikhabhinethi". 

OLUNYE UDABA:I-Afriforum ithi izothatha izinyathelo uma ingaxolisi i-EFF

"Lokhu kuzokwenza ukuthi ukuqala kabusha kube yimpumelelo," usho njalo.

Nakuba kunjalo ubengathokozile ngokuqokwa kukaDavid Mabuza njengeSekela likaMengameli wezwe kanjalo nesinqumo sokufakwa lowo obeNgungqongqoshe wezokuThuthukiswa komphakathi uBathabile Dlamini kwikhabhinethi entsha.

"I-AfriForum izobe iwabheke ngawokhozi amalungu ekhabhinethi entsha ukuqinisekisa ukuthi ayawenza umsebeni futhi angeke aze athathe ngozwane kuMbuso njengoba kwenza lawa akhishiwe," kusho uKriel. 


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.