I-Ajax inike ithuba ababedlalela iPirates

2016-08-16 14:30

Johannesburg - Iqembu le-Ajax Cape Town kulindeleke lithathe ababili ababengabadlali be-Orlando Pirates, uMark Mayambela noLebohang Mokoena, ngemuva kokuba ibanikeze ithuba lokuzama inhlanhla kuleli qembu.

Laba badlali abanawo amaqembu ngemuva kokudedelwa ngamaqembu ebebedlala kuwona, iSuperSport United neMamelodi Sundowns.

'UProfessor' no'Cheeseboy' sebeqalile ukuzilolonga naleli qembu laseKapa elifuna ukubasayinisa ngaphambi kokuphela kwesonto.”

Funda nalolu daba: Umemezele ukuthi usethatha umhlala hansi uKhotso Mokoena

"Bobabili balapha kwi-Ajax. Badlalile kowobungani ngesikhathi sibhekene neCape Town All Stars," kusho umthombo ongaphakathi kwi-Ajax, kubika iKickOff.com.

"Uma izinto zihamba kahle, bangase basayine ngaphambi kokuphela kwesonto.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.