I-Ajax inqabe u-R2m ngomdlali ofunwa yiChiefs - Umbiko

2016-08-11 20:30

Johannesburg - Iqembu le-Ajax Cape Town selinqabe imali yakamuva ebekwe etafuleni yiKaizer Chiefs ngemizamo yokuthola uBantu Mzwakali, umbiko.

Lo mdlali wakubeka kwacaca ukuthi ufuna ukulishiya leli qembu laseKapa ngethemba lokuthi uzothola iqembu azolidlalela eGauteng, kodwa ngokombiko wakamuva weSoccerLaduma, iChiefs ibeke etafuleni u-R2 million, ama-Urban Warrior awunqaba.

Funda nalolu daba: Sekuqokwe ongoti kwelomdlali neChippa

Ngokomthombo okhulume neSiya crew, i-Ajax ifuna imali ekhulu ngalo mdlali kanti nakuba iChiefs kubukeka isethubeni elingcono lokumthola, imizamo yakamuva ayiphumelelanga.

Ngokombiko, i-Ajax ifuna imali elinganiselwa ku-R4 million ngalo mdlali, ngakho imali efike neChiefs ayanele.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.