I-Amcu yethembise ngokuqeda ukuxhashazwa kwabavukuzi

2017-08-17 12:32

Johannesburg - UMengameli we-Amcu uJoseph Mathunjwa, uthi inyunyana yenze isiqiniseko sokuthi abasebenzi basezimayini asabaxhashazwa yizinkampani zezimayini.

NgoLwesithathu uMathunjwa wethule inkulomo yakhe phambi kwezinkulungwane zabavukuzi kanye nabaholi bezepolitiki, ebebebuthene eMarikana eNorth West.

Lapha bekade kuhlangenwe ngenhloso yokuzokhumbula abasebenzi basemayini yaseLonmin ababulawa ngo-Agasti 16, 2012.

OLUNYE UDABA: UZikalala ushiye angalazi kuCele ngokugxeka uZuma

Abanye abantu abayithumi babulawa ngaphambi kosuku lwesibhicingo.

UMathunjwa uthi: "Okungabikwa yi-Amcu ngaphandle kokwesaba ukuthi sikwazile ukuhlakaza isisekelo sobandlululo okwakhelwa kusona amaholo abavukuzi abamnyama.

Uthe asebekuzuzile manje ukuthi akekho umsebemzi omusha oyohola ngaphansi kuka-R10 000 ezimayini, kubika i-SABC.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.