I-ANC eKZN igxeke uRamaphosa ngokufuna uNaledi Pandor

2017-11-09 06:57

Durban - I-African National Congress (ANC) KwaZulu-Natal igxeke iPhini likaMengameli uCyril Ramaphosa ngokumemezela ukuthi ufuna uNaledi Pandor kwesokuba yiphini lakhe.

Ithi lokhu kungukubukela phansi imizamo yokuqeda ukwahlukana.

Ubuholi besifundazwe bubenesithangami mayelana nesimo senhlangano, nangamalungiselelo engqungquthela yokukhetha ubuholi.

Ikomidi eliphezulu le-ANC eKZN lilungiselela nokubuyela enkantolo ngesonto elizayo ukuphikisana nesinqumo senkantolo enkulu eyathi ingqugquthela yokukhetha ubuholi esifundazweni ayihambanga ngendlela esemthethweni.

OLUNYE UDABA: Sizodlulela phambili uma sihluleka eNkantolo eNkulu - ANC eKZN

Unobhala we-ANC eKZN uSuper Zuma uthi isimemezelo esenziwa nguRamaphosa siwumkhuba omusha futhi okuyingozi okuhloswe ngawo ukuguqula indlela eyiyona i-ANC.

UZuma uthi okwashiwo uRamaphosa kukhomba uhlobo lwepolitiki okuhloswe ngalo ukuzuza abantu abathile.

Njengoba sekusele amasonto amabili kuyiwe engqungqutheleni, i-ANC eKZN ithi igculisekile ngendlela okubanjwe ngayo imihlangano jamagatsha kuze kube manje.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.