I-ANC eLimpopo iphakamise elikaRamaphosa, kwanxuswa umoya wobumbano eKZN

2017-12-04 16:00

Johannesburg – Izithunywa eziningi zamagatsha e-ANC eLimpopo zizwakalise enkulu injabulo kuphakanyiswa igama lePhini likaMengameli uCyril Ramaphosa kwesokuba umengameli olandelayo ngemuva kokuvota.

URamaphosa uthole amavoti angu-391 kwathi uNkosazana Dlamini-Zuma yena wathola angu-109.

ULindiwe Sisulu uphakanyiselwe kwesokuba yiphini likamengameli ngemuva kokuthola amavoti angu-189 ehlula uDavid Mabuza othole amavoti angu-129.

OLUNYE UDABA: Sekukhethwe ubuholi obusha be-NFP

Khonamanjalo, uSihlalo we-African National Congress (ANC) kuzwelonke, uBaleka Mbete, uthi uma izithunywa zamagatsha ziya engqungqutheleni nomoya wobumbano, zizodumaza labo abaqagula okungekuhle ngengqungquthela ezayo.

UMbete ukusho lokhu ethula inkulumo yakhe emhlanganweni we-ANC eKZN ngoMsombuluko lapho kuzophakanyiswa khona amagama abaholi abalandelayo.

Lo mhlangano ubanjelwe e-Olive Convention Centre eThekwini kanti uhanjelwe ngamakhulu amalungu e-ANC.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.