I-ANC igxeka ukugqekezwa kwamahhovisi eNhloko yamaJaji

2017-03-19 07:35

Johannesburg - Inhloko yamaJaji uJustice Mogoeng Mogoeng isizwakalise ukukhathazekwa kwayo kulandela ukwebiwa kwama-computer angu-15 akwa-HR emahhosi abo aseMidrand enyakatho yeGoli.

Okhulumela uMogoeng, uNathi Mncube uthi izigebengu zingene zaqonda ngqo emahhovisi akwa-human resources zayothatha ama-computers anemininingwane ‘ejulile’ ngamajaji – okubalwa nokuthi ahlala kuphi.

Amaphoyisa abengakabophi muntu, UJustice Mogoeng usenxuse amaphoyisa ukuba aqinisekise ukuthi abasolwa babhekana nengalo yomthetho.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe onogada ababili

Ukugqekezwa kwamahhovisi kwenzeke ngemuva kosuku iNkantolo yoMthethosisekelo ikhiphe isinqumo ngodaba lakwa-Sassa.

Khonamanjalo, i-African National Congress isigxeke kakhulu lesi sigameko sokugqekezwa kwamahhosi enhloko yamajaji.

Esigamekweni esibukeka singahlobene – iJaji laseGauteng uJaji Ramarumo Monama ubanjwe inkunzi ekhonjwe ngesibhamu ngemuva kwamahora ambalwa kugqekezwe amahhosi.

I-ANC esitatimendeni ithe lesi sigameko singukuhlaselwa kwentando yeningi kanye namajaji eNingizimu Afrika.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.