I-ANC igxeke ukuxoshwa kwezintatheli eSABC

2016-07-20 10:02

Johannesburg - Iqembu le-ANC seligxeke ukuxoshwa kwezintatheli ezingu-8 eSABC njengoba kuqhubeka ukungaboni ngaso linye phakathi kwale nhlangano yezokusakaza kanye neqembu elibusayo.

Unobhala jikelele we-ANC uGwede Mantashe uthi: "Abasebenzi akumele bahlale ngokwesaba emsebenzini. Ngeke sakweseka ukuxoshwa kwezintatheli eziningi kangaka.”

Funda nalolu daba: Ungathi ngiyasangana - Umama othunjelwe ingane

Izintatheli ezine zokugcina zithunyelelwe izincwadi zokuxoshwa izolo, kanti ezinye zaxoshwa ngoMsombuluko, kubika iTimesLive.

UMantashe uthe basamile ekutheni abahambisani nokungavezwa kwezinye zezindaba eSABC.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.